Izithakazelo zakoLubimbi
Garigamkumba
Onyonyana
Onyonebengwayo
Engacuthwayo
Efefe
Nyonenhle
Ephekwa lensibazayo
Embizankulu
Ephekelwa izihambi zidle zisuthe
Ekwamulanyika
Emketsi weziketsi
Emzila awulandelwa
Ungawulandela uyazibambelela
Woza nawe uziqaje ngezakho ozaziyo. Washaaaaaa!
ReplyDelete